Eyezingane Izinyoni zaseNingizimu ye-Afrika

TAKE A CLOSER LOOK
Author: Hélène Loon
ISBN: 9781775848493
Format: Paperback
Price:R170.00.00
Release Date:2023-07-01

R170.00 R144.50

Le ncwadi ejabulisayo, egcwele mfi yethula izingane emaqenjini ezinyoni ezingaphezu kwama-60 ezitholakala eningizimu ne-Afrika: okholwase abanemilenze emide, oklebe abasheshayo, izincwincwi ezifana nejuba, izinsingizi ezinesibindi nezinye eziningi.

Funda ukubona izinyoni ezihlukahlukene, futhi uthole nendlela ehlaba umxhwele eziziphatha ngayo-indlela ezithola ngayo ukudla, ezikhetha ngayo umlingani, ezakha ngayo isidleke, ezikhulisa ngayo amachwane azo nokuthi zizigwema kanjani izilwane ezizizingelayo. Isingeniso esinemininingwane sichaza okuphathelene nezinyoni okunjengokuthandana, ukufuduka, ukuhlala kwazo ngaziningi kanye nokwebuza.

Kufakwe izithombe ezinhle ngokwedlulele ezingaphezu kwama-500, eziningi zichaziwe ukuze zigqamise izici nokuthile okuhlukile okuhlaba umxhwele ngazo.

In stock

Customer Reviews

There are no reviews yet.

Be the first to review “Eyezingane Izinyoni zaseNingizimu ye-Afrika”

Your email address will not be published. Required fields are marked *